๐ป๐ฅ ISIMEMEZELO ESIBALULEKILE ๐ฅ๐ป
Umsakazo wenu eniwuthandayo, Umsakazo AbaQulusi FM 90.7, uyaziqhenya ngokumemezela ukuthi siyibo Official Partner be Denim and White College Freshers Bash ezoba ngomhla ka-28 March e-Envee Exclusive Lounge, Vryheid.
Lena yithuba elikhulu kubafundi kanye nentsha yase-AbaQulusi nasezindaweni ezizungezile ukuthi nihlangane, nijabule, futhi nibe yingxenye yomcimbi omkhulu wonyaka! ๐
โจ Lindelani:
โข Umculo oshisayo ๐ถ
โข Atmosphere emangalisayo ๐ฅ
โข Ukuhlangana nabanye abafundi ๐ค
โข Nobumnandi obungasoze balibaleka ๐๐บ
Siphinde sixhase umkhankaso wokulwa ne-Cyber Bullying โ masisebenziseni ubuchwepheshe ngendlela efanele. ๐ซ๐ฑ
๐ Indawo: Envee Exclusive Lounge, 42 Stretch Crescent, Vryheid
๐
Usuku: 28 March
๐ป Official Partner: Umsakazo AbaQulusi FM 90.7
Ungaphuthelwa! Lalela Umsakazo AbaQulusi FM ukuze uthole olunye ulwazi nezimemezelo.
#abaqulusifm
#freshersbash2026
#denimandwhite
#vryheidevents
#ikhayalethunaweikhayalakhe