đģđĨ ISIMEMEZELO ESIBALULEKILE đĨđģ
Umsakazo wenu eniwuthandayo, Umsakazo AbaQulusi FM 90.7, uyaziqhenya ngokumemezela ukuthi siyibo Official Partner be Denim and White College Freshers Bash ezoba ngomhla ka-28 March e-Envee Exclusive Lounge, Vryheid.
Lena yithuba elikhulu kubafundi kanye nentsha yase-AbaQulusi nasezindaweni ezizungezile ukuthi nihlangane, nijabule, futhi nibe yingxenye yomcimbi omkhulu wonyaka! đ
⨠Lindelani:
âĸ Umculo oshisayo đļ
âĸ Atmosphere emangalisayo đĨ
âĸ Ukuhlangana nabanye abafundi đ¤
âĸ Nobumnandi obungasoze balibaleka đđē
Siphinde sixhase umkhankaso wokulwa ne-Cyber Bullying â masisebenziseni ubuchwepheshe ngendlela efanele. đĢđą
đ Indawo: Envee Exclusive Lounge, 42 Stretch Crescent, Vryheid
đ
Usuku: 28 March
đģ Official Partner: Umsakazo AbaQulusi FM 90.7
Ungaphuthelwa! Lalela Umsakazo AbaQulusi FM ukuze uthole olunye ulwazi nezimemezelo.
#abaqulusifm
#freshersbash2026
#denimandwhite
#vryheidevents
#ikhayalethunaweikhayalakhe